Jeremiah 29:11
For I know the plans I have for you" Declares the Lord " Plans to prosper you and not to harm you, plans to give hope and a future.
Unkulunkulu uthi uyayazi imicabango anayo ngawe imicabango yokukuphumelelisa, akunandaba ukuthi omakhelwane bacabangani ngawe God has good plans about your life, akunandaba ukuthi bantu abahlala estradini sakini bacangani ngawe God has good plans for your life, kungenzeka ukuthi sebashilo abantu bathi lokhu kwahluleka bosbabani wena ubuyini, sizothi kuwe UJehova uthi unecebo lokukuphumelelisa, mhlampe kunabantu emndenini wakini abangafuni ukukubona uphumelela don't Worry God has good plans for you, kudala ufuna umsebenzi ungawutholi ungalahli ithemba ngoba kunendoda elungiselela ikusasa lakho, mhlampe ku relationship yakho uyahlukumezeka sizothi kuwe lokho kuzondlula ngoba uJehova uthe unemicabango emihle ngawe, noma kungabonakala ngathi umshado wakho uyaphela uthi uJehova unamacebo okukunika ikusasa nethemba okusho ukuthi lezinkinga onazo zi temporary.
Uma abantu bethi angeke uphumelele ezintweni ozifunayo batshele ukuthi noma ungalazi ikusasa lakho ukuthi likuphetheleni kunendoda ethe He Has plans to prosper you, noma izinto kungathi azilungi namuhla Just because He lives we will face tomorrow.
Be blessed with
#Lucky_Ndlela & #Siphamandla_Mathe
@Access to Success
No comments:
Post a Comment